INDLELA ELUKHUNI Isifundo 4 ukulungiselela u Masingana 23

  • Slides: 10
Download presentation
INDLELA ELUKHUNI Isifundo 4 ukulungiselela u. Masingana 23, 2021

INDLELA ELUKHUNI Isifundo 4 ukulungiselela u. Masingana 23, 2021

U-Ahazi wenqaba usizo luka. Nkulunkulu ukuze anqobe izitha zakhe. Abantu bakwa. Israyeli bahlupheka ngenxa

U-Ahazi wenqaba usizo luka. Nkulunkulu ukuze anqobe izitha zakhe. Abantu bakwa. Israyeli bahlupheka ngenxa yesinqumo senkosi esibi. Abafunanga ukulalela, ngakho kwakufanele bafunde isifundo ngendlela elukhuni. Kuyokwenzakalani? Ukugcwaliseka kwesiprofetho. Isaya 7: 15 -16 Imiphumela yokungalaleli. Isaya 7: 17 -25 Beshayiwe, kodwa bengabulewe. Isaya 8: 1 -10 Kumele senzeni? Yesaba u. Jehova. Isaya 8: 11 -15 Ungawakholwa amanga. Isaya 8: 16 -22

UKUGCWALISEKA KWESIPROFETHO “Ngokuba umntwana engakazi ukwala okubi nokukhetha okuhle, izwe okhathazwa ngamakhosi omabili alo

UKUGCWALISEKA KWESIPROFETHO “Ngokuba umntwana engakazi ukwala okubi nokukhetha okuhle, izwe okhathazwa ngamakhosi omabili alo liyakushiywa. ” (Isaiah 7: 16) Ngo 734 BC, izwi lika. Nkulunkulu lakhuluma kungakenzeki ukuthi umntwana engakakwazi ukukhuluma kahle nokwahlukanisa phakathi kokuhle nokubi, imibuso owakwa. Israyeli kanye ne. Siriya iyobe ingasekho (Isaya 8: 4; 7: 16). Eminyakeni emibili elandelayo, ngo 732 BC, i. Siriya yanqotshwa wumbuso we-Asiriya. Ngalowo mzuzu, indodana ka-Isaya yayizelwe isengakabi nonyaka, futhi yayisengakakhulumi kuzwakale. Eminyakeni eyishumi nambili elandelayo, ngo 722 BC, indodana ka-Isaya yayisengakenzi izinqumo. Umbuso wakwa. Israyeli wabhujiswa ngu-Shalmaneser V. Ama. Israyeli athuthelwa e. Mesopotamiya kanye nase. Mediya (2 K. 17: 3 -6).

IMIPHUMELA YOKUNGALALELI “UJehova uyakuletha phezu kwakho, naphezu kwabantu bakho, naphezu kwandlu kayihlo izinsuku ezingafikanga

IMIPHUMELA YOKUNGALALELI “UJehova uyakuletha phezu kwakho, naphezu kwabantu bakho, naphezu kwandlu kayihlo izinsuku ezingafikanga kulukela osukwini u. Efrayimi asuka ngalo kwa. Juda-yinkosi yase-Asiriya. ” (Isaya 7: 17) UNkulunkulu wayethembise ukuthi uyobhubhisa imibuso yakwa. Israyeli kanye ne-Siriya ngokwakhe, ngakho u-Ahazi kwakungadingeki ukuba enze nomayini ngalokho. Kodwa ke, u-Ahazi akamlalelanga wakha ubudlelwano ne-Asiriya. Wakhonza ngisho nawonkulunkulwana base-Siriya ngoba wayekholwa wukuthi banamandla kuno. Nkulunkulu (2 Chronicles 28: 22 -23). wathumela i-Egypt ne-Asiriya Ngakho ke, u. Nkulunkulu (impukane nenyosi, v. 18) emelene no-Juda. Wasebenzisa i-Asiriya njenge “nsingo eqashiweyo” ukubhubhisa umbuso wakwa-Juda (v. 20). Kufanele simethembe njalo u. Nkulunkulu. Imiphumela emibi iyazizela uma senqaba u. Nkulunkulu sithembele ebantwini kuphela (Ama. Hubo 146: 3).

BESHAYIWE, KODWA BENGABULEWE “Utheleke kwa. Juda, ukhukhule, udlule, ufinyelele entanyeni, besewugcwalisa ngamaphiko awo eluliweyo

BESHAYIWE, KODWA BENGABULEWE “Utheleke kwa. Juda, ukhukhule, udlule, ufinyelele entanyeni, besewugcwalisa ngamaphiko awo eluliweyo ububanzi bezwe lakho, Imanuweli. ” (Isaya 8: 8) UNkulunkulu wacela u-Isaya ukuba abhale phansi igama lendodana yakhe elandelayo phambi kwawofakazi, nanoma umfazi wakhe wayesengakakhulelwa (v. 1 -2). Lena ndodana yayiyoba yisibonakaliso (v. 18) njengaleya yokuqala [u-Shear-Jashub], ngoba igama lakhe [u. Maher-shalal-hash-baz] lalisho ukuthi “Sheshisa impango, uphangisise ukwephucwa. ” Kwakuyisexwayiso. I-Asiriya iyonqoba amazwe ase-Siriya nakwa-Israyeli. Kodwa ke, u-Tiglath-Pileser III weza “njengamanzi omfula” wendlulela ngaphambili. Wabhubhisa nezwe lakwa. Juda. UNkulunkulu wayenomusa. Wamyeka “wafika nasentanyeni” kuphela, ngakho u. Juda akabhujiswanga ngokuphelele. Insali yasinda.

“Kodwa kwa. Juda kwakunabanye ababesathembekile ku. Jehova, bephikelela benqaba ukuholelwa ekukhonzeni izithombe. Yibo labo

“Kodwa kwa. Juda kwakunabanye ababesathembekile ku. Jehova, bephikelela benqaba ukuholelwa ekukhonzeni izithombe. Yibo labo o-Isaya no-Mikha kanye nababenabo ababebabheke ngethemba njengoba babebona incithakalo eyalethwa yiminyaka yokugcina ka. Ahazi. Indawo yabo engcwele yayivaliwe, kodwa ababethembekile babeqinisekisiwe: ‘UNkulunkulu unathi. ’ ‘Mngcweliseni u. Jehova sebawoti; kube ngu. Ye enimesabayo, kube ngu. Ye eninovalo nga. Yena uyakuba yindawo yenu engcwele. ’ Isaya 8: 10, 13, 14” E. G. W. (Prophets and Kings, cp. 27, p. 330)

YESABA UJEHOVA “UJehova Sebawoti, mngcweliseni yena, kube nguye enimesabayo, yebo, kube nguye eninovalo ngaye.

YESABA UJEHOVA “UJehova Sebawoti, mngcweliseni yena, kube nguye enimesabayo, yebo, kube nguye eninovalo ngaye. ” (Isaiah 8: 13) UNkulunkulu wayalela u-Isaya ukuba angenzi njengoba kwakwenza iningi labantu, angesabi okwesatshwa ngabaningi, nokungabi novalo ngalokho abaningi abanovalo ngakho (v. 1112). UNkulunkulu nguyena yedwa okufanele simngcwelise [simlalele], simesabe [simhloniphe], futhi sibe novalo ngaye (v. 13). Simesaba ngempela u. Nkulunkulu uma sibona amandla akhe amakhulu kwindalo yonke. Uma enawe, akakho ongakulimaza ngaphandle kwemvumo yakhe. Uma u. Nkulunkulu emelene nawe ngoba umhlubukile, kuzomele ukuthi

“Izingqondo zethu kumele zigqile ku. Nkulunkulu, futhi singesabi okwesatshwa ngababi, okungukuthi, sesabe lokho abakwesabayo,

“Izingqondo zethu kumele zigqile ku. Nkulunkulu, futhi singesabi okwesatshwa ngababi, okungukuthi, sesabe lokho abakwesabayo, singcwelise lokho abakungcwelisayo, kodwa sibe nesibindi simele iqiniso. Uma amehlo ethu engavulwa, sasiyobona izinhlobo zezingelosi zobumnyama zisizungezile, zizama ukwakha izindlela ezinsha zokusihlupha nokusibhubhisa. Futhi sasiyobona izingelosi zika. Nkulunkulu zisilondile ngamandla azo; ngokuba amehlo ka. Jehova alonda u-Israyeli phakade, futhi uyokhusela asindise abantu bakhe, uma bemethemba. ” E. G. W. (Early Writings, p. 60)

UNGAWAKHOLWA AMANGA “Lapho bethi kini: ‘Funani kwabanamadlozi nakubathakathi ababetha imilozi, banyenyeze pho, ’ abantu

UNGAWAKHOLWA AMANGA “Lapho bethi kini: ‘Funani kwabanamadlozi nakubathakathi ababetha imilozi, banyenyeze pho, ’ abantu abayikufuna u. Nkulunkulu wabo na? Kuyiwe kwabafileyo ngabaphilayo na? ” (Isaya 8: 19) Iningi labantu bakwa. Juda kanye no-Ahazi uqobo balandela inkolo yokukhonza izithombe, ukuphengula, bakhonze abafileyo. Konke lokho kwakuphambene “nomthetho kanye nobufakazi” buka. Nkulunkulu (v. 20). Lezo zinkolelo zisekhona nanamhlanje. Izithombe azikhonzwa ngokusobala, kodwa amasiko ethu agcwele izinkolelo ngabafileyo bekhuluma nabaphilayo bebenzela izinqumo bebatshela ngekusasa labo. Izinkolelo zemimoya, ubuthakathi balezinsuku, futhi i-(New Age) isikusakaze umhlaba wonke lokho. Kufanele sikholelwe e. Bhayibhelini kuphela futhi siphikisane nalezo zinkohliso ngokuqinile. Ukuzenqaba kungukwethembeka ku. Nkulunkulu.

“Wonke umuntu kufanele azifunele ngokwakhe ngomthandazo ulwazi lwelizwi lika. Nkulunkulu, futhi alenze […] Kukho

“Wonke umuntu kufanele azifunele ngokwakhe ngomthandazo ulwazi lwelizwi lika. Nkulunkulu, futhi alenze […] Kukho konke okhathazeke ngakho okwamanje, nakho konke onaka ngakho nongenathemba ngakho, linda ku. Nkulunkulu. Ungabeki ithemba lakho kubabusi, noma kumadodana abantu ngoba besemagunyeni. UNkulunkulu ubophezele inhliziyo yakho kanye naye. Uma umthanda, futhi wamukelekile emsebenzini wakhe, letha yonke imithwalo yakho, esobala kanye nefihlakele, ku. Jehova ulindele kuye. ” E. G. W. (This Day With God, March 14)