Nge Zibhalo Kuphela SOLA SCRIPTURA Lesson 5 for
Nge. Zibhalo Kuphela —SOLA SCRIPTURA Lesson 5 for May 2, 2020
Yilelo nalelo qiniso kufanele lihlolisiswe nge. Zibhalo: nge. Bhayibheli lonke ( Tota Scriptura ) futhi nyalo lodwa (Sola Scriptura ). Lokho akusho ukuthi akukho ukuphefunyulelwa, Noma ukuthi ayikho eminye imibhalo esingathola kuyo ukuqondisisa kancono. Sola Scriptura : Izibhalo Njengenkambiso Enqumayo Ubunye Be. Zibhalo Tota Scriptura : Ukucaciseka Kwe. Zibhalo Izibhalo Zihumusha Izibhalo Umbiko ocacile We. Zibhalo Izibhalo Kanye no- Ellen G. White
“Lokhu-ke, bazalwane, ngikuguqulele kimina naku-Apholo ngokulinganisa ngenxa yenu, ukuze nifunde kithi ukungeqisi kokulotshiweyo ukuba ningakhukhunyezwa, kungabi yilowo akhethe omunye kunomunye. ” 1 kwabase. Korinte: 6 Umpostoli u. Paul ucacisa ukuthi i. Zibhalo yisona sisekelo semfundiso (i. Testamente elidala ayelosho ngaleso sikhathi). U Petro yena wangeza nezibhalo zika Paul njengesisekelo semfundiso (2 P. 3: 16). Incwadi ye. Sambulo iphetha ngesexwayiso ngokususa noma ukwengeza e. Testamenteni elidala nelisha (Rev. 22: 1819). Zikhona nezinye izincwadi ezenza sizwisise kancono i. Zibhalo, kodwa azithathi indawo yazo. Isibonelo: ezokucwaninga umhlaba, imfundiso, amagama afanayo, izincwadi, eziphawulayo… “Izibhalo zodwa eziyinkosi nombusi wencwadi nezimfundiso emhlabeni. ” (Martin Luther)
UBUNYE BEZIBHALO “Ngokuba konke okwalotshwa ngaphambili kwalotshelwa ukufundiswa kwethu, ukuze ngokubekezela nangenduduzo yemibhalo sibe nethemba. ”Kwabase. Roma 5: 4 Yiyiphi indlela eyejwayelekile okumele ilandelwe uma kuhunyushwa i. Zibhalo esizifundayo? Uma ngabe i. Zibhalo kuyizona zodwa enkolweni, kumele kube yizona zodwa nasekuhumusheni. U Daniel wasebenzisa i. Zibhalo ukuvikela incwadi yakhe (Dn. 9: 2). I Testamente elisha ligcwele izicaphuno ezisuka kwi Testamente elidala ukusekela imfundiso noma isuhumusho esithile. (Lk. 24: 27; Acts 2: 16 -21; 1 Jn. 2: 2). Kufanele sihumushe i. Zibhalo ngokuqathanisa amavesi, ngendle asetshenziswe ngayo kanye nokuhlola yonke (Is. 28: 10).
UBUNYE BEMOBHALO “obambelele ezwini elithembekileyo ngokwesifundiso, aze abe nakho nokuyala ngesifundiso esiphilileyo nokwahlula abaphikayo. ”Ku. Thithu: 9 Old Testament Unkulu nguyana ongumbhali wangempela we. Zibhalo, yingakho kunokuhambisana okuphelele kuzo zonke lezincwadi. (2 Tm. 3: 16; 2 P. 1: 20 -21). Lobunye busigunyaza ukuthi: Sibe nemfundiso eyodwa New Sehlukanise iqiniso nenkohliso Testament Silahle inkoleloze Sikwazi ukulungisana emaphutheni Sibuyele eqinisweni lika Nkulunkulu Ubunye bunikeza i. Zibhalo ukuqiniseka kanye nenkululeko. I Testamente elidala liyisisekelo, i. Testamente elisha liyacacisa lingezele kwelidala. Awahlukaniseki.
UMYALEZO OQONDILE WEZIBHALO ““Kepha nxa nibona amanyala encithakalo emi lapho kungafanele khona – ofundayo makaqaphele – khona abase. Judiya mababalekele ezintabeni, ”Ngokuka. Marku 3: 14 Nanoma kunezindinyana ezingaqondakali kalula (2 P. 3: 16), i. Zibhalo zicace ngokwenele ukuthi zingaqondwa yinoma ngubani. Izindaba zosindiso kanye nokuphila okuphakade zizwakala kalula e. Zibhalweni. Zingaqondwa kalula ngabanolwazi nabangenalo. Uma sifunda i. Zibhalo ngenhloso yokwazi u. Nkulunkulu, u. Moya Ongcwele uyosisiza siliqonde kancono futhi sibe nenhlakanipho. Akunasidingo sokuncika kubantu abambalwa kanye nabefundisi. Bonke abantu bangaziqonda i. Zibhalo.
IZINCWADI ZIKA ELLEN G. WHITE ““Kuyakuthi ngasemuva ngithulule u. Moya wami phezu kwayo yonke inyama; amadodana enu namadodakazi enu ayakuprofetha, abadala benu baphuphe amaphupho, izinsizwa zenu zibone imibono; ”UJoweli: 28 Kukhona aba profethi e. Zibhalweni abangazange babhale noma esingenazo izincwadi zabo (Nm. 21: 14; Jos. 10: 13; 1 K. 11: 41; 1 Chr. 29: 29; 2 Chr. 35: 25). Lokho akusho ukuthi babephefunyulelwe kancane. Futhi nje, u Johane umbhaphatisi wayengomkhulu kunabo bonke kodwa akazange abhale lutho (Lk. 7: 28). Unkulu wathembisa ukuthi uyophefumulela abanye ngesikhathi sokuphela, yilesi sikhathi sethu. U Ellen G. White wayengomunye wabo.
IZINCWADI ZIKA ELLEN G. WHITE ““Kuyakuthi ngasemuva ngithulule u. Moya wami phezu kwayo yonke inyama; amadodana enu namadodakazi enu ayakuprofetha, abadala benu baphuphe amaphupho, izinsizwa zenu zibone imibono; ” UJoweli: 28 Kumele zihunyushwe kanjani izincwadi zika Ellen G. White? Zinalo yini igunya? U Ellen wachaza, ukuthi izincwadi zakhe kumele zicaciswe, hhayi ngokuphambene nalokho. Akazange asho noma enze sengathi zithatha indawo ye. Bhayibheli. Inhloso yemibono eyanikezwa udade White kwakuwukuthi abantu baka. Nkulunkulu bakwazi ukuphila nge. Zibhalo kulesisikhati. Akufanele sizisebenzise njengesisekelo semfundiso. Izibhalo kuseyizo isisekelo senkolo kanye nempilo ye Seventh-day Adventist Church.
E. G. W. (Selected Messages, vol. 3, p. 33) “Uma wenza i. Zibhalo zibe wukudla, isinkwa, kanye nesiphuzo sakho, uma wenza izimfundiso zayo zibe ngamalunga esimilo sakho, uyokwazi kancono ukulalela imiyalo ka. Nkulunkulu. Ngiphakamisa lamazwi athandekayo kini namhlanje. Ningaphindi loku engikushoyo nithi, ‘Udade White wathi, ’ futhi ‘Udade White wathi. ’ Zitholeleni ngokwenu ukuthi Unkulu ka. Israeli uthini, nenze lokho aniyala ngakho. ”
“Unkulu unikeze i. Zibhalo ubufakazi obanele ukuthi zingamazwi akhe. Amaqiniso amakhulu ngokuphathelene nokuhlengwa kwethu acaciswe kahle. Ngokusizwa wu. Moya Ongcwele, othenjiswe kubo bonke abamfuna ngokweqiniso, wonke umuntu angazitholela ngokwakhe lamaqiniso. Unkulu unikeze wonke umuntu isisekelo sokholo lwakhe. ” E. G. W. (The Great Controversy, cp. 32, p. 526)
- Slides: 10