Izindlela zokukhetha uvikela i HIV Indlela yokwelulekwa egxile
- Slides: 40
Izindlela zokukhetha uvikela i. HIV Indlela yokwelulekwa egxile kumbambi qhaza
Ukuvakasha kokungenela
Siyakwamukela … …futhi siyabonga ! 3
Ukwelulekwa ngokusebenzisa ngendlela ku. HOPE UKUKHETHA: Ukusiza ukhethe indlela ekulungele yokuvikela i. HIV INGXOXO EVULELEKILE: Izinqumo mayelana nokusebenzisa iringi noma iziphi ezinye izindlela zokuvikela i. HIV 4
Ukusiza ukhethe Akusibona bonke abesifazane abafuna ukusebenzisa iringi Ekuhlanganeni kwethu, sizo… Xoxa ngeringi noma ngani enye indlela yokuvikela i. HIV oyikhethayo Kusiza uzikhethele indlela elilungele wena lokuvikela i. HIV Kusiza ulungise isu lakho Ukwabelana Ngezinga Lobuthi Beringi 5
Ingxoxo Evulelekile NGIZO • Lalela isiphiliyoni sakho sokusebenzisa iringi noma ezinye izindlela zokuvikela i. HIV NGEKE • Ngikuhlulele • Ngikuphushe ukuthi usebenzise iringi • Kusiza unqobe izinselela zokuvikela i. HIV • Kusiza uhlale ungenayo i. HIV 6
Olunye Ucwaningo Lweringi Ngitshele ngesinqumo sakho sokungenela ucwaningo… Iziphi ezinye izinzuzo zazitholakala ngokubamba iqhaza ku ASPIRE? Iziphi ezinye izinzuzo ezingaba khona ngokubamba iqhaza ku. HOPE? 7
Yini oyizwile ngemiphumela ya. ASPIRE? ? 8
Imiphumela Ewukhiye eqamuka ku. ASPIRE ü Iringi inganciphisa kakhulu amathuba omuntu wesifazane ukuthi angatheleleki nge. HIV ü Ukuvikeleka kuba kukhulu uma i. Ringi isetshenziswa ngaso sonke isikhathi ü Iringi ayivikeli uma ingasetshenziswa ü Iringi iphephile kakhulu ukuthi ingasetshenziswa 9
Iringi? “Yebo, ngiyafuna ukusebenzisa i. Ringi” “Cha, angifuni ukusebenzisa i. Ringi” Lesi isinq umo SAKH O! “Mhlawumbe, angikakabi naso isiqinisekho” Ngitshele ngesinqumo sakho 10
Isipiliyoni sakho ngokusebenzisa i. Ringi Yini eyakusiza ukuthi usebenzise i. Ringi ku. ASPIRE ? Iziphi izithiyo owazinqoba ? Iziphi izinhlelo zakho zokusebenzisa i. Ringi kulolucwaningo ? 11
Ukukhathazeka Mayelana ne. Ringi Angithandi ukuyifaka njalo Abanye bangitshela ukuthi ngingayi sebenzisi Kungenzeka iphume Ayihlali ngendlela enethezekile Ingcolile Ayilungele impilo yami …. . Uphathina wami ngeke ayithande Ingenza ngizizwe ngigula 12
Izindlela Zokuvikela i. HIV Uma uphathina wakho ene. HIV, mukhuthaze ukuthi asebenzise ama. ARV’s ngendlela Sebenzisa iringi njalo Sebenzisa amakhondomu njalo Kuthaza uphathina ukuthi ahlolele i. HIV Thola ukwelashelwa izifo zocansi Khuthaza uphathina ukuthi asoke Sebenzisa i. Pr. EP ephuzwayo Nciphisa ophathina bezocansi Zibandakanye ezindleleni zokuziphatha zocansi eziphansi 13
Izinhlelo zakho zokuvikela i. HIV Zithini izinhlelo onazo zokusebenzisa izindlela zokuvikela i. HIV ozikhethile ? Yini ongase uyenze ukuqinisekisa impumelelo yokusebenzisa lezo zindlela ? 14
Izinselelo zokuvikela u. HIV ……. . Kwakuwumuz wa wangaleso sikhathi Uphathina wami akazimisele Kunzima ukukhuluma nophathina wami Angiwasebenzisi amakhondomu njalo Ngiyakhohlwa ukusebenzisa amakhondomu Bengiphuza futhi ngingacabangi 15
Isikalo sokubaluleka Kwisikalo sika-0 kuya ku-10 lapho u-0 ungabalulekile nhlobo futhi u-10 ubaluleke ngokwedlulele , kubaluleke kangakanani kuwena ukusebenzisa izindlela ozikhethile ukugwema ukuba utheleleke nge. HIV? 0 I 1 I Akubalulekile nhlobo 2 I 3 I 4 I 5 I 6 I 7 I 8 I 9 I 10 I Kubaluleke ngokwedlulele Iziphi ezinye zezizathu zokuthi kungani ukhethe leyonombolo wangakhetha u-0 noma u-1? 16
Isikalo sokuzithemba Kwisikalo sika-0 kuya ku-10 lapho u-0 ukungazithembi nhlobo futhi u-10 ukuzithemba ngokwedlulele , uzithemba kangakanani ukuthi uzokwazi ukusebenzisa indlela yokuvikela i. HIV njalo oyikhethile? 0 I 1 I Awuzithembi nhlobo 2 I 3 I 4 I 5 I 6 I 7 I 8 I 9 I 10 I Uyazithemba ngokwedlulele Ikuphi okwenza ukuzethemba kwakho kube ilenombolo, kungabi u 0 noma u 1? Ikuphi okungasiza ukuthi inyuke? Ngabe ungakuzuza kanjani lokhu? 17
Yikuphi okunye? 18
Ukuvakasha okulandelayo Sihlangana nini futhi? Sizobe sizokwenzani? Khumbula: Buyisa iringi yakho Ngizokwabela imiphumela yezinga lomuthi kusukela ekuvakasheni kwakho kwesithathu 19
Ukuvakasha kokulandelela Izinyanga 1, 2, 3, 6, 9
Siyakwamukela… …futhi siyabonga! Ukuhlangana kwethu namhlanje 21
Izinga lomuthi kwiringi Izinga lomuthi eliphansi emzimbeni Izinga lomuthi elingenasiqinisek o emzimbeni Inani lomuthi eliphansi elidedelek e kwiringi Inani lomuthi elilingene elidedeleke kwiringi Ukuvikeleka okuphansi noma akukho Ukuvikeleka okungenasiqiniseko Izinga lomuthi eliphezulu emzimbeni Inani lomuthi eliphezulu elidedelek e kwiringi Ukuvikeleka okuphezulu 22
Izinga lomuthi kwiringi yakho Inani lomuthi odedeleke kwiringi uya emzimbeni wakho kwaba: KUPHANSI KULINGENE KUPHEZULU Imiphi imicabango yakho mayelana nalokhu? Ikuphi okungase kube kuholele kulemiphumela? Kusho ukuthini lokhu kwindlela yakho yokuvimbela 23
Izindlela Vikela i. HIV Uma uphathina wakho ene. HIV, mukhuthaze ukuthi asebenzise ama. ARV’s ngendlela Sebenzisa iringi njalo Sebenzisa amakhondomu njalo Kuthaza uphathina ukuthi ahlolele i. HIV Thola ukwelashelwa izifo zocansi Khuthaza uphathina ukuthi asoke Sebenzisa i. Pr. EP ephuzwayo Nciphisa ophathina bezocansi Zibandakanye ezindleleni zokuziphatha zocansi eziphansi 24
Ukulandelela Ngabe izinto zihambe kanjani ngohlelo lwakho lokuzivikela kwi. HIV? Yini esebenzile? Yini engazange? Yiziphi izingqinamba ohlangabezane nazo? Ngabe uzinqobe kanjani? 25
Imizwa ngohlelo lokuzivikela Uhlelo lwami alusebenzanga. Ngidinga ukwenza into ehluke ngokuphelele ukuze ngingayitholi i. HIV Uhlelo lwami alusebenzanga ngezinye izindlela. Kumele ngishintshe izinto khona ngizokwazi ukuzivikela kangcono kwi HIV Uhlelo lwami lusebenze kahle kakhulu. Kumele nje ngiqhubeke ngalokhu engikwenzayo ukuze ngizivikele kwi HIV 26
Ukuhlelela amaviki azolandela Yikuphi okungaba usizo esingakhuluma ngakho? Uhlelo olusha ngokuphelele Ungenza kanjani ukuthi uqhubeke uphumelele? Yini eyakusiza ukuthi uphumelele kulamaviki ambalwa adlule? Yiziphi izinkinga ezisekhona? Yiluphi usizo ongathanda ukulinikwa yimina? Yini ongayenza ngendlela ehlukile ngesikhathi esizayo? 27
Ukuhlelela amaviki azolandela Noma yini eyenzakalayo emavikini ambalwa azayo ezingaba nomthelela ezinhlelweni zakho zokuvikela i. HIV? 28
Isikalo sokuzithemba Kwisikalo sika-0 kuya ku-10 lapho u-0 ukungazithembi nhlobo futhi u-10 ukuzithemba ngokwedlulele , uzithemba kangakanani ukuthi uzokwazi ukusebenzisa indlela yokuvikela i. HIV njalo oyikhethile? 0 I 1 I Awuzithembi nhlobo 2 I 3 I 4 I 5 I 6 I 7 I 8 I 9 I 10 I Uyazithemba ngokwedlulele Ikuphi okwenza ukuzethemba kwakho kube ilenombolo, kungabi u 0 noma u 1? Ikuphi okungasiza ukuthi inyuke? Ngabe ungakuzuza kanjani lokhu? 29
Yikuphi okunye? 30
Ukuvakasha okulandelayo Sihlangana nini futhi? Sizobe sizokwenzani? Khumbula: Buyisa iringi yakho Ngizokwabela imiphumela yezinga lomuthi kusukela ekuvakasheni kwakho kwesithathu 31
Ukuvakasha kokugcina Inyanga 12
Siyakwamukela… …futhi siyabonga! Ukuhlangana kwethu namhlanje 33
Izinga lomuthi kwiringi Izinga lomuthi eliphansi emzimbeni Izinga lomuthi elingenasiqinisek o emzimbeni Inani lomuthi eliphansi elidedelek e kwiringi Inani lomuthi elilingene elidedeleke kwiringi Ukuvikeleka okuphansi noma akukho Ukuvikeleka okungenasiqiniseko Izinga lomuthi eliphezulu emzimbeni Inani lomuthi eliphezulu elidedelek e kwiringi Ukuvikeleka okuphezulu 34
Izinga lomuthi weringi yakho Inani lomuthi odedeleke kwiringi uya emzimbeni wakho kwaba: KUPHANSI KULINGENE KUPHEZULU Imiphi imicabango yakho mayelana nalokhu? Ikuphi okungase kube kuholele kulemiphumela? Kusho ukuthini lokhu kwindlela yakho yokuvimbela 35
Ukulandelela Ngabe izinto zihambe kanjani ngohlelo lwakho lokuzivikela kwi. HIV? Yini esebenzile? Yini engazange? Yiziphi izingqinamba ohlangabezane nazo? Ngabe uzinqobe kanjani? 36
Izinhlelo okuvikela i. HIV kwingomuso Cabanga emuva… Iziphi izindlela zokuvikela i. HIV ezakusebenzela kakhulu ngesikhathi socwaningo? Cabanga phambili… Yiziphi izindlela zokuvikela I HIV ozibona uqhubeka nokuzisebenzisa ngemuva kokuphela 37
Isikalo sokuzethemba Kwi sikalo sika 0 kuya ku 10 lapho u 0 echaza ukungazithembi nhlobo bese u 10 echaza ukuthi uyazithemba ngokwedlulele , uzethemba kangakanani ukuthi uzoqhubeka nokungabi ne. HIV? 0 I 1 I Awuzithembi nhlobo 2 I 3 I 4 I 5 I 6 I 7 I 8 I 9 I 10 I Uyazithemba ngokwedlulele Ikuphi okwenza ukuzethemba kwakho kube ilenombolo, kungabi u 0 noma u 1? Ikuphi okungasiza ukuthi inyuke? Ngabe ungakuzuza kanjani lokhu? 38
Yikuphi okunye? 39
Ngiyabonga!
- Namb accreditation application form
- Incubation period of hiv
- Aids is caused by
- Aids 101
- Stadium hiv
- Chapter 25 sexually transmitted infections and hiv/aids
- Hiv retrovirus
- Procentowe ryzyko zakażenia hiv
- Fiebig hiv
- Hiv
- Chii chinonzi hiv
- Hiv
- Főember az úton kocsi rázza
- Hiv test window period
- Hiv lifecycle
- Hiv
- Tes klamidia di prodia
- Hiv test
- Types of hiv counselling
- Hiv treatments
- Hiv stays alive in dried blood
- Where did hiv come from
- Syptoms of hiv
- Global hiv prevention coalition
- Hiv
- Hiv index testing steps
- Nefropatia
- Indurerat
- Resposta imune inata
- Hiv in adults
- Hiv test window period
- Prinsip notifikasi pasangan
- Chapter 24 sexually transmitted diseases and hiv/aids
- Hiv
- Hiv
- Kasus hiv aids
- Ciclo do hiv
- Window period hiv
- Hiv meaning
- Tabela perímetro cefálico por idade
- Triệu chứng nhiễm hiv